contact : 0834272552

itiye lodumo : nATURAL herbs

Shop 318, West Walk Passage, 403 West Street, Durban, 4001

Tiye lodumo

r100

isibambelelo

r200

isikhafulo

r200

umuthi wokuzicleaner

r200

Intelezi Yezitha nemimoya

Ixosha imimoya emibi namaphupho amabi namalulwane endlini nasegcekeni. Iyasiza kakhulu uma unezimbangi nezitha ezikuhlukumezayo ekhaya nasemsebenzini, nakothandiweyo wakho nasebhizinisini.

Isebenza kanje: Uzoyithela yonke ebhakedeni eliwu 10 litre bese ufaka amanzi agcwale. Ntambama uma sekuhlwile, yikha into engango 1 liter bese uyachela ngaphakathi endlini nangaphandle egcekeni izinsuku ezintathu.

Uma usuqedile, yikha into engango 5 litre uyifudumeze ugeze umzimba wonke bese uyochitha noma kuphi la ongachitha khona. Kuleyo ezosala fudumeza into engangenkomishi bese uyithela espetini esincane bese uyachatha noma nini noma kangaki. Ungaphinda uchele uma usafisa ukuchela.

Ngenkathi uyisebenzisa wenza konke lokhu esengikubalile uyakhuluma usho konke ofisa kwenzeke.