SITHOLAKALA KANJE: 1. eTHEKWINI: kuWest Street Opposite Game store: Address:> Shop 318, Third Floor, 405 West street, West Walk Passage, Durban, 4001. Libhaliwe ukuthi ITIYE LODUMO emnyango.
Sivula ngo 10:00 sivale ngo 16:30 Monday to Friday. Sivula ngo 10:00 sivale ngo 16:00 ngama Saturdays. Asisebenzi ngamasonto. 2. ePMB: Opposite Asmalls okuChurch street: Address:> Shop 5, 2nd Floor, 156 Retief Street, Pietermaritzberg, 3200. Ungena ngakuRetief street opposite SuparSave ngasePedros.
Sivula ngo 10:00 sivale ngo 16:00 Monday to Saturday. Asisebenzi ngamasonto. 3. eGOLI: Ottawa Mall: Address:> Shop 426, 4th Floor, 94 Helen Joseph Street, Johannesburg, 2092. Unyuka ngeLift noma izitebhisi.
Sivula ngo 10:00 sivale ngo 16:00 Monday to Saturday. Asisebenzi ngamasonto. 4. eMPANGENI NASE RICHARDS BAY: Ukhona ubhuti osizayo khona ungaxhumana naye kule number:> 0711172402. Akasebenzi ngamasonto 5. UMA UKUDE NALEZINDAWO: Ufaka imali yamaproduct owathengayo neyokuposa bese ungisendeli proof noma iscreenshot semali oyifakile nokuthi ukuphi nendawo ungibhalele nenumber oyisebenzisayo for calls and sms bese ngiyakuposela ulilande ePEP oseduze nawe. UKUPOSA: ufaka R100 lifike kuwena after 3-5 days noma R60 lifike kuwena after 7-9 days iphasela lakho ungabali amaweekend. IMALI YAMAPRODUCT NEYOKPOSA UYIFAKA kuCAPITEC WAMI noma ePEP